Sunday, July 6, 2008
Thanks giving party at Thandizwe
On the 5th of July there was a Thanks giving party kwaMthembu eThandizwe next to kwaDingana, ukudla bekuchithiwe, neshibi ibikangako. UMahamba (Nkosinathi Nxumalo) ubekhona enya amaphepha njengokwenjwayelo.
Nathi bondaba besi daar sidle sasutha kwase kuba wukuthi asibuphuzi lobutshwala obuvele bube nama gwebu if ubuphuza (beer) sibe sesiyagoduka kanjalo saziphuzela udrink.
Umsebenzi ubuhostwe nguSabani Mthembu umfowabo ka Gerty Mthembu osebenza esibhedlela saseManguzi njengomhlengikazi osemnkantshubomvu kwezokubelethisa.
Kanti nakwaMsweli kwaJabulani bekwembulwa ilitshe lika mfowethu osishiye ngonyaka ofile uSguda Msweli, khona-ke umcimbi usheshe waphela ngoba uphela ngabo 12hoo emini, ngenxa yokuthi akukuningi vele okwenzekayo emcimbini wokwembulwa kwamatshe, into edala ukuthi kuhlalwe wukuthi abantu basuke sebefuna ukudla, cos wherever u go ukudla phambili. Ngifike lakwaMsweli cishe bekungo 11h20 ngafica kudliwa, ngafike ngazibiza nami, ngashona ngavumbuka.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
No comments:
Post a Comment